Welcome
Qhu qhonqolo
Ngibingelele bantwana
Ukuphumelela kwenkondlo kudinga kube nalezinto ezilandelayo
1. Imunandi
2. Iyakha
3. Iyafundisa
4. Ulimi
5. Ubunkondlo
Konke kumele kubekhona futhi kungadlulani kakhulu.
Isibonelo: ( uma ugxile kulimi uphoqelela ukuba abantu bakulalele bephethe izichaza mazwi nezinqolobane, lapho ke ngeke sisakulalela )
( uma ugxile ukefundiseni uzophenduka umfundisihambo(motivational speaker) )
Konke kudala ukuthi kungabi inkondlo kuwele ku 《Umhluz`onkondlo / Umhluz`wenkondlo 》
Okugqugquzelwayo:
Ukusebenzisa ulimi lako bantu (Bantu Languages) ngokugwema izilimi zangale kolwandle isib( English)
Inkondlo kuphela eyofakaza