#Jabulu Jule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize - 20 May 2026
20 May 2026

#Jabulu Jule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize - 20 May 2026

Jabulujule 9 -12

About

INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize

sikhuluma ngamaphupho nezibonakaliso okungumqulu nomcamelo womlando wempilo yenjabulo nenhlupheko yethu. Ithongo nedlozi libhoboka ngakho ukusicacisela lapho konakala khona nalapho kufanele silungise khona.